Usezoba ngubaba uNathi Mankayi

2017-06-26 19:31

Johannebsurg - Isihlabani somculo we-Afro Soul, uNathi Mankayi, sesizoba ngubaba.

Lo mculo weculo elithi Nomvula nenkosikazi yakhe weminyaka emibili, uMpho, balindele ukuthola ingane yabo ngenyanga ezayo.

Umthombo osondelene nalezi zithandani itshele iDaily Sun ukuthi uMpho uzithwele kanti bajabulile benomyeni wakhe uNathi ngokuthi sebezoba ngabazali.

"Bajabulile kanti ingane izobelethwa ngoJulayi," kusho lo mthombo.

OLUNYE UDABA:VIDEO: Owodumo lukaNomvula uthole ‘uZahara omusha’

UNathi udume ngo-2015 ngecwecwe lakhe, iBuyelekhaya kuthe kusenjalo wakhipa elinye ngonyaka ophelile elithi Umbulelo Wam.

Yena noMpho ifindo balibopha isinyenyela kubo kaNathi, eMaclear, e-Eastern Cape, ngo-2015.

Ngesikhathi ethintwa ucele ukubuye ashayelwe ucingo.

"Ngicela ubuye ungishayele namuhla ntambama ukuze ngizokwazi ukukhuluma naye kahle. Njengamanje ngiya emhlanganweni," usho njalo.

Leli phephandaba likhuluma nemenenja yakhe, uSipho Nyathela, yakhetha ukungaphawuli ngoba uNathi ungumuntu ogcina izindaba zakhe ngasese.

"Okungcono ningamthumelela umqhafazo uma ningamtholi, ujwayele ukuyiphendula yona," kusho uNyathela.

Imizamo yokuphinde kutholakale ukuphawula kukaNathi ayiphumelelanga ngisho nangomqhafazo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.