Usezobonakala kumabonakude uZondo wodumo

2016-07-13 14:37

Johannebsurg - Umfundisi uSthembiso Zondo usezitholele ikhaya lapho ezokwethula khona izinkulumo zakhe ezakhayo.

Lo mfundisi usejoyine isiteshi sikamabonakude i-1KZN TV, kanti uzoqala ukubonakala kusona ngesonto elizayo.

UZondo waduma kakhulu kulandela ukusabalala kwe-video yakhe enqunu enkundleni yezokuxhumana, wabesemiswa emsakazweni uKhozi FM.

Funda nalolu daba: Umrepha uthi usethatha ikhefu ku-Instagram

Konke lokho kodwa usadlula kukhona kanti usezobonakala ohlelweni i-Command A Day ngoMsombuluko kusukela ngo-06:00 ekuseni.

UZondo uthe selifezekile iphupho leningi labalandeli bakhe.

Imenenja yesiteshi u-Edwin Mncwango uthe kuyabajabulisa ukuthola umuntu unohlonze njengoZondo, wathi banethemba lokuthi ngenxa yakhe sizokhula isibalo sababukeli.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.