Ushaywe ngoswazi oluncane owanquma ikhanda lomuntu

2016-08-10 16:05

Cape Town – Umlisa owagwaza wanquma ikhanda likaLee Adams,15, ugwetshwe iminyaka engu-22 ebhadla ejele yiNkantolo eNkulu yaseWestern Cape ngoLwesithathu.

U-Aljar Swartz kodwa uzohlala iminyaka engu-19 ejele ngenxa yokuthi ubelokhu evalelwe ngaphakathi kusukela aboshwa ngo-Okthoba 2013.

Ujaji Elize Steyn uthe kuyacaca ukuthi u-Adam ungumqambimanga othanda ukubukwa namandla.

Funda nalolu daba: Ugwetshiwe owabulal aomunye ngoba edelele inkolo yakhe

Ijaji likuchithile ukuthi wayekhungethwe amadimoni lathi kungenzeka ukuba izinto ayezizwa kwakungenxa yezidakamizwa ayezidla.

USwartz wavuma ukuthi wahlasela u-Adam ukuze ezodayisa izicubu zomzimba wakhe.

U-anti kamufi, uJohanna Adams, uthi ubelindele isigwebo esiqinile kunalesi, wathi nokho bayamxolela ngoba kungokweNkosi ukwahlulela.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.