Ushaywe wumbani washona owesifazane okhulelwe eMtuba

2016-11-10 13:30

eMtubatuba - ULindiwe Nxumalo,34, wasendaweni yaseKhula eMtuba ushaywe umbani washona ngeSonto ebusuku.

Lo mama obezithwele ubepheka ngesitofu segesi ngesikhathi kwenzeka lokhu, kubika iZululand Obsever.

UNxumalo ubehleli namadodakazi akhe amabili, endala, 10, nayo ilimalile ngesikhathi kushaya umbani.

Le ngane ivele yathatha udadewabo omncane bacasha ngaphansi kombhede kwaze kwasa zase zibiza omakhelwane.

OLUNYE UDABA:Kushone abantu abane beshaywa umbani eHarding

Kwesinye isigameko eGoli, amaphoyisa kanye nabosizo lokuqala bamatasa bafuna ingane eneminyaka emithathu enyamalale endaweni yaseStjwetla, e-Alexandra.

Kukholakala ukuthi le ngane ikhukhuleke ngoLwesithathu ebusuku njengoba kunezimvula ezinamandla esifundazweni saseGauteng.

UNana Radebe okhulumela abezimo eziphuthumayo utshele abephephandaba iCitizen ukuthi basebenza ngokukhulu ukuzikhandla ukuze kutholakale le ntombazanyana.

Kuthiwa umndeni wakubo kwale ngane ubumi ngemuva kwesihlahla uzikhusela emvuleni ngesikhathi le ngane ishibilika iwela emanzini.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.