Ushe wangqongqa owele eweni nemoto

2018-03-21 11:35

Cape Town - Ushe wangqongqa owesilisa kwalimala kabi abathathu ngesikhathi bewela eweni nemoto.

Lokhu kuvezwe wumnyango wezokuthutha esifundazweni saseWestern Cape ngoLwesithathu.

"Kukholakala ukuthi laba bebehamba ngemoto besuka eGordon's Bay belibangise ngaseRooi Els.

OLUNYE UDABA:Ukhethe ukuzibulala umama ngoba izingane zakhe zingawutholi umsebenzi

"Umshayeli wemoto uhlulekile ukuyilawula yawela eweni yase ithungeleka ngomlilo,"kusho uKenny Africa okhulumela abezesiminyaminya.

Lengozi yenzeke ku-R44 ngaphambi kwaseKogel Bay ngezithuba zika-02:30.

Amaphoyisa asaphenya ngalesi sehlakalo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.