Ushe wangqongqa umfundisi kusha indlu

2017-11-11 08:00

East London - Amaphoyisa ayaphenya ngomlilo oshise indlu kwashona umfundisi eMdantsane‚ e-East London‚ ekuseni ngoLwesihlanu.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Nkosikho Mzuku uthe umfundisi, okukholakala ukuthi uneminyaka eko-60 ubudala, ubelele endlini namadodakazi akhe amabili, eneminyaka engu-15 nenye eneminyaka engu-7 ubudala, ngesikhathi kuqubuka umlilo.

Uthe umlilo ubonwe omakhelwane ngabo-03:00 ekuseni abaphuthume endaweni yesigameko beyosiza amalungu omndeni abephakathi.

OLUNYE UDABA: BUKA: Isiboshwa sibala imali ngaphakathi ejele

UMzuku uthe alinganiselwa kwamane amalungu omphakathi akwazile ukungena ngaphakathi endlini, akhipha izingane kodwa ngeshwa awakwazanga ukukhipha umfundisi ngesikhathi.

Umfundisi ushe wangqongqa, kusho uMzuku.

Abezicimamlilo babizelwe endaweni yesigameko ukuzobhula umlilo. Bakwazile ukuwucima ngabo-05:00 ekuseni.

UMzuku uthe imbangela yomlilo kayaziwa kodwa kuvulwe idokodo ukuze kuphenywe.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.