Usheshe wafika uKhisimusi emphakathini waseGauteng kugingqika iloli lensipho

2018-03-06 14:03

Johannesburg - Umphakathi waseGauteng ugijime washiya izithunzi uyotapa insipho yokuwasha eyimphuphu yamali elinganiselwa ku-R500 000 ngemuva kokugingqika kweloli lensipho ku-R59 eRandvaal.

Ngokusho kweSowetanLive, amaphoyisa kudingeke ukuba asebenzise i-pepper spray ukuhlakaza amakhulu ezakhamuzi zasemijondolo yaseSilahliwe eziphuthume endaweni yesigameko ziyotapa impahla elolini.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa asebenze kanzima kuginqika iloli labhiya eToti

U-Alie Nel weSutherland Transport uthe: "Umshayeli uthe kubhuleke imoto ngaphambi kwakhe, waphoqeleka ukuba ajikisele isitelingi ngasesandleni sokudla. Ngeshwa, wahluleka ukulawula iloli yabe isigingqika."

 - IZITHOMBE:

Izithombe zithunyelwe

- Timeslive

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.