Ushile owesimame ohlaselwe abahlali basemjondolo abafuna umhlaba

2016-11-14 18:00

Durban - Owemame ohlala endaweni yomtakabani ePuntan's Hill ungomunye wabantu abahlaselwe kwisigameko sabathatha umhlaba ngenkani, kubika iTimeslive.

Abanikazi bemizi kule ndawo bathi sekuphele unyaka bephila lubhojozi yize kudala becela umasipala kanye nohulumeni wesifunda ukuba angenelele.

Lo wesimame ocele ukuba igama lakhe lingadalulwe ngoba esaba ukuthi uzohlaselwa futhi, uthe uhlaselwe ekhaya lakhe lapho abahlali basemjondolo bebenqamula uthango lakwakhe nakwamakhelwane befuna ukufaka imijondolo yabo ngenkani.

OLUNYE UDABA:Kushe imizi eminingi ngempelasonto ngenxa yamakhaza

Uthe uzamile ukukhulumisana nalaba kwaze kwaba wukuthi ushayela amaphoyisa, uthe ngemuva kwalokho, laba bantu bavele bamsabisa ngokumlimaza.

"NgeSonto ebusuku izinja zami zazikhonkotha zingaqedi ngingazi ukuthi kwenzenjani. Ngithe ngisuka ngibone kuqhuma okuthile ngabona kusha impahla yasegumbini lami lokulala."


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.