Ushiye abaningi bedidekile uMugabe engasuli esikhundleni

2017-11-20 07:02

Johannesburg - UMengameli waseZimbabwe uRobert Mugabe, ushiye abantu abaningi bedidekile ngesikhathi ethula inkulumo ebhekiswe esizweni obekulindeleke ukuba amemezele kuyo ukuthi usethi khumu.

Lokhu kulandela ukuthi lo mholi osephathe leliya lizwe iminyaka engu-37 kube namahlebezi athi nakanjani uyesula esikhundleni ngeSonto kulandela umhlangano awubambe nombutho wezempi.

"Inkomfa yeqembu eliphikisayo i-ZANU-PF kulindeleke ukuba ibanjwe emavikini ambalwa ezayo, kanti ngizobe ngikhona kukho konke okuzobe kuqhubeka," kusho uMugabe.

Ukhulume wathi kuningi okungahambi kahle ngaphakathi kuleli qembu, wathi kumele kulungiswe.

Ethula inkulumo ebusuku ngeSonto, uMugabe ubonge ukuthi akuzange kube khona ukungahlonishwa koMthethosisekelo wezwe kulezi zinsuku ezimbalwa ezedlule, wazwakalisa nokuthi kubalulekile ukuth bazilulele kokungaphambili ngoba impilo iyaqhubeka.

"Kubalulekile ukuxolelana, bese kuyadlulwa ezintweni ebesingaboni ngasolinye kuzo," esho.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.