Ushiye abaningi bemangele 'odayisa' amabhokisi omngcwabo angamasekeni

2018-01-31 19:33

Johannesburg - Ushiye abaningi bebambe ongezansi obhale kuFacebook waveza ukuthi udayisa imigodi yamathuna endaweni engadalulwanga.

Lo muntu uphinde waveza nokuthi labo abanesifiso sokuthenga imigodi angabenzela umusa wokubadayisela namabhokisi omngcwabo angamasekeni, aphinde alande nezidumbu.

Lo muntu ozibiza ngo-Indvodza YeMswati Leyiliciniso kuFacebook, ubhale kanje: “Sidayisa imigodi yamathuna ngo-R500 endaweni engeke siyidalule. Uma ufuna ukunyamalalisa umuntu, sikhona. Ungaxhumana nathi nge-inbox.

"Siyaqeda ngaye bese simngcwaba la engeke atholakale khona, bese thina singaphinde sixhumane nawe."

OLUNYE UDABA: Kuboshwe iphoyisa ngokweba umshini wokwehlisa ibhokisi

Komunye umbhalo wangoLwesihlanu oshiye abantu bemangele, uLeyiliciniso ubhale wathi: “Kungani uthenga ibhokisi elisha lomngcwabo uma ungalithola ngesaphulelo?"

Ube esefaka izithombe namanani ala mabhokisi athi uyawadayisa.

Uma ebuzwa ukuthi uwathathaphi la mabhokisi uthe "amalungu abo angasenakuziphendulela" ayanikela ngawo.

UJohan Rousseau, onguSihlalo weFuneral Industry Reformed Association, uthe kungenzeka ukuthi umbhali uqhuba umkhonyovu wokugetshengwa kwamathuna.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.