Ushiye incwajana exolisa, ozibulele

2016-12-23 14:29

Bulawayo - Indoda yaseBulawayo, u-Admire Gomo, eneminyaka engu-31 ubudala yashiya incwajana icacisa ngokuzibulala kwayo.

UGomo ubhale encwadini ukuthi uzizwa enomzwangedwa.

Le ndoda, eyehlukana nomkayo owathuthela eNingizimu Afrika, izilengise ngoLwesibili ekuseni.

OLUNYE UDABA: Obanjwe embhedeni nendoda eshadile ubaleke ngophenti nobhodisi

Umama kaGomo, uMaluzo, uqinisekise ukuzibulala kwendodana yakhe.

"Ngatshelwa ukuthi wasishiyela incwadi encane echaza ngokuzibulala ngoba ekhala ngokuthi uzizwa enomzwangedwa. Ubehlala yedwa eqashisile emzini wakhe," kuphetha umama kamufi.

- Bulawayo24

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.