Ushiye umsebenzi uthisha owaqabula umfundi kaMatric

2016-11-17 13:33

Bloemfontein - Ushiye umsebenzi uthisha osemncane wasesikoleni saseBloemfotein iGrey's College okusabalale udaba lwakhe lokuqabula umfundi enkundleni yezokuxhumana iWhatsapp.

Lo wesifazane wesule esikoleni ngemuva kokuba isehlakalo sibikelwe iziphathimandla. Lo thisha uzogcina ukusebenza kulesi sikole ekupheleni kwalo nyaka.

Kuzwakale ukuthi lo thisha watshela abangani bakhe ngokuqabula umfundi emqhafazweni ekuqaleni kwalo nyaka, kubika iNetwerk.

OLUNYE UDABA: Video: Uthisha enza ucansi nomfundi esikoleni

Ukungaboni ngaso linye phakathi kwabanye othisha ezinyangeni ezimbalwa kwenzeka isehlakalo yikho okuholele ukuthi lomqhafazo uvundululwe, wadekelwa iziphathimandla zesikole, ezabe seziqalisa uphenyo.

Umfundi kamatikuletsheni ochazwa njengomfundi ohlakaniphile futhi owenza kahle nakwezemidlalo wakhetha ukwesula njengomphathi wabafundi.

Umthombo osondelene nalo thisha utshele iNetwerk24 uthe lo thisha ukhethe ukushiya esikoleni ngezinye izizathu ngaphambi kokuphuma kwesehlakalo sokuqabula umfundi.

Kuzwakale ukuthi usezofundisa kwesinye isikole.Uthishanhloko wesikole uDeon Scheepers uqinisekise ukwesula kwalo thisha.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.