Ushone kabuhlungu umakhenikha waseThekwini

2016-08-02 19:05

Durban – Kushone umakhenikha ngesikhathi iloli ligibela phezu kwakhe eThekwini ngoLwesibili ekuseni, kusho abosizo lokuqala.

Okhulumela iRescuecare uGarrith Jamieson uthe owesilisa ubesebenza ngaphansi kweloli eVialls Place, eClare Estate ngesikhathi liphendukela kuyena, lamncinya.

Funda nalolu daba: Utholakale eseshonile owesifazane obexabane nomyeni wakhe

"Abezicimamlilo baseThekwini kudingeke basebenzise imishini ukuphakamisa iloli ukuze akhishwe ngaphansi. Ngeshwa ubeseshonile ngaphambi kokuba kufike abosizo lokuqala,” kusho uJamieson.

Isehlakalo usichaze njengesinyantisa igazi, wathi amaphoyisa ayaphenya.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.