Ushonele esibhedlela odaxabulwe umphakathi ngenduku

2016-08-15 14:30

eMbali - Ushonele esibhedlela owesilisa oneminyaka engu-23  ubudala ngemuva kokushaywa kanzima umphakathi wase-Unit 14 eMbali.

Lokhu kwenzeke ngeSonto lapho umphakathi uhlasela lo mlisa ngezinsolo zokuthi ugwaze ingane, kubika Eyethu News.

OLUNYE UDABA:Obelwisana nobugebengu ubulawelwe indodana

Lo mlisa usizwe ukufika  kwabezimo eziphuthumayo abamthathe bamphuthumisa esibhedlela e-Edendale enamananxeba amabi kakhulu.

Okhulumela amaphoyisa uSergeant Mthokozisi Ngobese usiqinisekisile isigameko. “Sithole ucingo oluvela esibhedlela lusitshela ukuthi lona wesilisa useshonile.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.