Ushonile obewela uthelaweka lilibi izulu ePMB

2016-07-26 11:34

Pietermaritzburg – Ushonile obehamba ngezinyawo ngesikhathi eshayiswa yimoto ewela uthelawayeka ngesikhathi liyidliva eMgungundlovu ngoMsombuluko ebusuku, kusho abosizo lokuqala.

OLUNYE UDABA: Kushone abane engozini yemoto

Le ndoda okukholakala ukuthi ineminyaka ebalelwa kwengu-30 ubudala ishone ku-N3 eduzane noChurch Street, kusho uRussel Meiring we-ER24.

Isidumbu sakhe sitholwe eceleni komgwaqo sinamanxeba amaningi.

Umshayeli akazange alimale kulezsi sigameko.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.