Ushonile odutshulwe abantu abangaziwa eLindelani

2016-07-07 08:30

Durban - Ishonile indoda edutshulwe isemotweni endaweni yaseLindelani KwaDukuza ogwini olusenyakatho.

Abosizo lokuqala bathe abagibeli abebesemotweni bakwazile ukuvika izinhlamvu.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe amaphoyisa amabili omgwaqo

Kukholakala ukuthi kuqhamuke imoto engaziwa yavulela ngenhlamvu yaqeda yahamba.

Owe-IPSS medical Rescue uPaul Herbst uthe umshayeli wemoto udutshulwe emzimbeni washona, kubika iNewswatch.

"Umgibeli ukwazile ukuphuma abaleke wangena ehlathini wase ephuma ngemuva kwesikhashana wafuna usizo. Lo mgibeli akalimalanga ndawo."

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.