Ushonile ogwazwe nge-nail clipper

2016-07-13 13:30

Johannesburg - Ugqemeke ingozi umkhakha wokushaya isibhakela eBuffalo City njengoba kubulawe umhsayi sibhakela ogwazwe ngomshini wokunquma izinzipho.

UManinzi Magumasholo, 25, waseMpundu Village eNxarhuni, e-East London ugwazwe kuKei Road ngesonto eledlule.

OLUNYE UDABA: Kugwazwe iphoyisa nge-screwdriver

UMagumasholo ubevakashele umama wakhe eyomazisa ngezindaba ezinhle zomncuntiswano obuzobanjelwa eQueenstown ngomhlaka-24 Julayi.

Kubikwa ukuthi ngesikhathi enomngani wakhe, uMagumasholo ubandakanyeke kwingxabano nomuntu othile kodwa wase exolisa.

Kodwa ngemuva kwesikhashana umsolwa wabuyela kuMagumasholo wamgwaza ngomshini wokunquma izinzipho, kubika iSowetanLive.

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.