Ushonile ophushelwe ngaphandle isitimela sihamba

2016-07-18 20:32

Johannesburg – Ishonile indoda okusolakala ukuthi iphushelwe ngaphandle abanye abagibeli isitimela sihamba kuPilane Street, eGa-Rankuwa Station‚ eGauteng.

Lesi sigameko kuthiwa senzeke ngoMsombuluko.

Abezimo eziphuthumayo bakwaNetcare911 bathi bathole le ndoda ilele esikhotheni esiseduzane nojantshi.

“Le ndoda ibisivele ishonile ngenxa yokulimala kabi ekutholile,” kusho isitatimende sabosizo lokuqala.

OLUNYE UDABA: Senyukile isibalo sabashone engozini yesitimela

Baqhube ngokuthi amaphoyisa aqhuba uphenyo ngalesi sehlakalo.

Zibukeka seziphenduke insakavukela umchilo wesidwaba izingozi zezitimela kuleli.

EKapa, owesilisa owayelwisana nezigebengu, zamphushela ngaphandle wakhubazeka ngokufa isingezansi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.