Ushonile osebenza emgwaqeni ngemuva kokushayiswa imoto

2016-07-27 19:00

Durban - Ushaye wachitha umshayeli wemoto eshayise yabulala obesebenza eduze komgwaqo, kubika iNewswatch.

Ngokusho kwabosizo lokuqala, le ndoda okubonakala iseminyakeni yo-40 ubudala ibisebenza kumgwaqo uMhlathuzana eClairwood ngesikhathi kwenzeka le ngozi.

OLUNYE UDABA:Ushonile umfana oshayiswe imoto ngaseManzimtoti

“Abosizo lokuqala bafike bathola ukuthi le ndoda ilimale kakhulu kanti ngeshwa ibisishonile.

“Amaphoyisa abizelwe kule ndawo yesigameko kanti azuqhubeka nokuphenya kabanzi ngembangela yale ngozi,”kusho abosizo lokuqala.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.