Ushonile oshayiswe yimoto yabaleka

2017-08-14 13:59

Johannesburg – Kushone owesilisa oneminyaka engu-27 ubudala ngoMsombuluko ngemuva kokuba eshayiswe yimoto yabeka.

Ingozi yenzeke ekhoneni likaHendrik Potgieter noFurrow, eKrugersdorp ekuseni.

Okhulumela i-ER24 u-Ineke van Huyssteen uthe ngesikhathi abosizo lokuqala befika endaweni yesigameko ngabo-07:37, bathole umuntu obehamba ngezinyawo edindilize phakathi komgwaqo.

OLUNYE UDABA: I-video eqoshwe ngeselula isize amaphoyisa ekuboshwe kwabasolwa

"Bekungekho ebesisangakwenza ngowesilisa. Kuqinisekiswe endaweni yesigameko ukuthi ushonile,” kusho uVan Huyssteen.

Imoto emshayisile ibingabonwa endaweni yesigameko, nokukhomba ukuthi ibalekile.

Amaphoyisa ayaphenya ngalolu daba.

- ANA

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.