Ushonile owayedlalela iMoroka Swallows

2016-11-10 16:01

Johannesburg -

Owayengumdlali weMoroka Swallows uJaconia “The Bull” Cibi akasekho emhlabeni kanti kubikwa ukuthi ushone izolo ngemuva kokugula isikhathi esifushane.

UCibi ushonele esibhedlela iChris Hani Baragwanath ngemuva kokuthola ukuthi unenkinga yezinso.

Lezi zindaba zokudlula emhlabeni kwalo mdlali kuqinisekiswa umama wakhe uZandile Cibi obekhuluma nabe-Times Media Digital.

OLUNYE UDABA:Umdlali webhola ushaywe yizulu washonela enkundleni

“Ngithole ucingo oluphuma kulesi sibhedlela ngo-21:15 bengitshela ukuthi indodana yami ayisekho emhlabeni," kusho lo mama obezwakala ukuthi iphimbo lakhe ligcwele usizi.

UCibi, owake wadlalela naMaZulu, uphuthunyiswe esibhedlela iJabulani Hospital ngeSonto exineke kakhulu.

Lesi sibhedlela simdlulisele eBaragwanath ngoba kucaca ukuthi ubangwa nezibi.

Lo mama uthi udokotela wamtshela ngoMsombuluko ukuthi isimo sendodana yakhe asibi ngcono ngakho-ke kungenzeka noma ngabe yini.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.