Ushonile owesifazane oshayiswe izimoto ezintathu eKZN

2016-07-13 07:10

Durban – Ushonile owesifazane ngemuva kokushayiswa izimoto ezintathu eduzane naseCopesville, eMgungundlovu ngoLwesibili, kusho abosizo lokuqala.

Lo wesifazane utholwe eceleni komgwaqo kuGreytown Road elimele kanzima, kusho okhulumela abosizo lokuqala i-ER24 uChitra Bodasing.

OLUNYE UDABA: Selikhishiwe igama likangqongqoshe oshone engozini

Umshayeli wokuqala oshayise lo wesifazane kusolwa ukuthi udle phansi wase eshayiswa yimoto yesibili neveni. Akukho abosizo lokuqala abebesangakwenza ukuhlenga lo wesifazane. Kukholakala ukuthi ubalelwa emnyakeni eko-50 ubudala.

Umshayeli weveni uthole imihuzuko wenqaba ukulashwa.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.