Ushonile owesifazane ohlaselwe yibhubesi eDinokeng Big 5 Game Reserve

2018-03-01 12:30

EGOli - Oyi-Lion Whisperer, uKevin Richardson, udlulise amazwi enduduzo emndenini wowesimame obulawe yibhubesi.

Lo wesimame oneminyaka engu-22 ubudala uhlaselwe yibhubesi endaweni yokuvakasha esenyakatho nedolobha ePitoli.

UKevin oyisazi kwezokuziphatha kwezilwane eNingizimu Afrika ubabele ezinkundleni zokuxhumana uFacebook no-Instagram ezwakalisa ukuthi ushaqeke kakhulu ngalokhu okwenzekile eDinokeng Big 5 Game Reserve, ngoLwesibili.

“Sidlulisa amazwi enduduzo emndenini walo wesimame kulesi sikhathi esinzima,” kusho yena ebhala ezinkundleni zokuxhumana.

OLUNYE UDABA:Lisaqhubeka nokuqhoboza imfuyo ibhubesi eleqile

Uthi lo wesimame ubengesona isivakashi kule ndawo kodwa ubephelezela umngani wakhe ezokwenza inhlololwazi nomphathi wesiqiwi.

Abaphathi beDinokeng Big 5 Game Reserve abatholakalanga ukuphawula ngalesi sigameko.

Okhulumela abeNetcare 911 uNick Dollman uthe abezimo eziphuthumayo babizelwe kule ndawo bathola ukuthi owesifazane ulunywe kabi yilesi silwane.

Bazamile ukuhlenga impilo yakhe kodwa ngeshwa ubelimele kakhulu, wagcina ngokushona.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.