Ushonile owesilisa oshayiswe yizimoto ezintathu ePitoli

2017-09-27 19:29

ePitoli - Owesilisa okukholakala ukuthi useminyakeni eko-40 ubudala ushonile ngemuva kokushayiswa yizimoto.

Lokhu kwenzeke ngoLwesithathu emini ekhoneni lika-Paul Kruger noScheming, ePitoli.

Abezimo eziphuthumayo bakwa-ER24 babizelwe endaweni yesigameko ngo-16:20 bathola owesilisa elele maphakathi nomgwaqo.

Kukholakala ukuthi zintathu izimoto ezishayise lo wesilisa ngaphambi kokufika kwamaphoyisa nabezimo eziphuthumayo endaweni yesigameko.

OLUNYE UDABA:Ushonile obezama ukubamba inkunzi kulayini wokukhipha imali

Ngeshwa lo mlisa utholakale elimele kabi futhi engasaphefumuli, abezimo eziphuthumayo bazamile ukuhlola isimo sakhe, bathola ukuthi useshonile.

Imbangela mayelana nokushona kwakhe, ibingakacaci kahle kodwa amaphoyisa asaphenya.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.