Ushonile ubaba ominze ezama ukuhlenga indodana, 10

2017-12-27 09:32

Pretoria – Kuminze indoda eneminyaka engu-34 ubudala olwandle eduzane naseGordons Bay eWestern Cape ngoLwesibili ngesikhathi izama ukuhlenga indodana, 10, yayo.

AbeNational Sea Rescue Institute (NSRI), bathe baphuthume endaweni yesigameko endaweni ephakathi kwaseGordons Bay naseKoegel Bay ngezithuba zabo-15:30. Abantu abebekhona endaweni yesigameko bathe kuminze ubaba nendodana.

Le ndoda, yase-Athlone kanye nendodana yayo bebedoba ngesikhathi indodana imuka namagagasi, kusho okhulumela i-NSRI, uCraig Lambinon esitatimendeni.

OLUNYE UDABA:Kuminze kwashona umfana, 4, e-swimming pool

Ubaba ungene emanzini eyohlenga umfana wakhe kodwa baminza bobabili, usho njalo.

Abe-NSRI bahlenge ingane kwathi ngemuva kokufuna ubaba wayo isikhathi esiyimizuzu engu-7, watholakala. Abosizo lokuqala benze i-CPR kubaba womfana ngemizamo yokumhlenga.

ULambinon uthe nakuba kwenziwe imizamo yokuhlenga lo baba ugcine ehlonzwe njengoshonile.

"Ingane yona iphuthunyiswe esibhedlela ngabosizo lokuqala isesimeni esikahle iyolashelwa ukuthuka nokunye.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.