Ushonile umfana, 13 owelwe yinqola ebilayishe inyama yakwa-KFC

2018-03-14 09:44

Port Elizabeth - Alikaziwa igama lomfana oshone esigamekwini amaphoyisa asichaza njengengozi ehlasimulisa umzimba esitolo sakwaKFC eMalinda.

Amaphoyisa aseCambridge ngoLwesibili athe lo mfana oneminyaka engu-13 ubudala uwelwe yinqola ebilayishe inyama yenkukhu ngoLwesibili emini.

UKaputeni Mluleki Mbi ukuqinisekisile lokhu wathi kukholakala ukuthi lo mfana ubengundingasithebeni ongenakhaya ecela imali ngesikhathi kwenzeka lokhu.

"Amakhredi enyama awele kuyena washonela khona lapho. Abasebenzi bakulesi sitolo bathi amabhriki alawa ma-khredi abengasebenzi kahle.

OLUNYE UDABA:Kuvalwe izitolo zakwa-KFC ngenxa yokungabibikho kwenyama yenkukhu

Amakhasimende akubonile lokhu kwenzeka, azamile ukumsiza lo mfana.

Oyi-KFC Africa public affairs director uThabisa Mkhwanazi uthe lolu daba lusezandleni zamaphoyisa njengoba uphenyo lusaqhubeka.

"Sizimisele ukubambisana nabezomthetho ngophenyo lwabo futhi sizoqhubeka nokubanika imininingwane abayidingayo,"kusho yena.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/World
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.