Ushonile umfana ominze e-swimming pool yasehotela

2018-01-07 09:04

Cape Town – Umfana oneminyaka emihlanu ubudala uminze e-swimming pool yasehotela iBeacon Island Hotel, ePlettenberg Bay ngoMgqibelo ebusuku.

Lokhu kuvezwa ngabeNational Sea Rescue Institute (NSRI), kanti lo mfana kuthiwa ushonele esibhedlela ngemuva kwemizamo eminingi yokuhlenga impilo yakhe.

Kuthiwa lo mfana ubedlala nezinye izingane ngesikhathi ehlangwa emanzini, kanti abosizo oluphuthumayo babizelwe kuleli hotela ngo-18h37.

"Abe-NSRI bafike kule ndawo ngokuphazima kweso kukhona nomhlengikazi abaqapha izimo eziphuthumayo obengekho emsebenzini kodwa uhlala eduze kwaleli hhotela, ezolekelela,"kusho abe-NSRI.

OLUNYE UDABA:Kuminze izingane ezimbili kwashona eyodwa e-swimming pool

Imizamo yokuhlenga impilo yalo mfana ayiphumelelanga, njengoba kuze kwafikwa esibhedlela kwenziwa i-CPR kodwa akazange aphaphame.

Amaphoyisa avule idokodo, kanti uphenyo luyaqhubeka.

Umndeni walo mfana uzothola usizo lokwelulekwa ngalokhu okwenzekile.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.