Usihlalo we-ANC eGauteng uthi ukulungele ukuhola i-ANC

2017-08-06 09:00

Johanensburg - Usihlalo we-ANC eGauteng uPaul Mashatile uthi ukulingele ukuthunywa noma ngabe yikuphi lapho limthuma khona iqembu.

UMashatile utshele iCity Press ukuthi akanankinga ukuba igama lakhe liphakanyiselwe kunoma yisiphi isikhondla kwi-top 6, ngisho ukungena embangweni wesikhundla sokuhola i-ANC, uma uMengameli Jacob Zuma esebaka phansi zintambo ngoDisemba.

UMashaite ungoweshuminambili ukuzwakalisa ukuthi akanankinga nokuthatha isikhundla sokuhola uma igama lakhe liphakanyiswa.

OLUNYE UDABA: Utshwala buyingozi kunensangu - Ungoti

“Izinhlaka zeqembu azikasho ukuthi yisiphi isikhundla ezifuna ngingene kusona kwi-NEC; sisazokhuluma ngalokho,” kusho uMashatile etshela iCity Press ngoLwesoine.

“Kodwa uma bethi yisikhundla sikamengameli, ngeke ngenqabe. Nginganqabelani? Kumele amagatsha nezinhlaka uzilalele. Uma befuna ukungithuma lapho, ngizokwamukela.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.