Usinde ehlaselwa owesifazane ozame ukuthenga umuzi ngo-R100

2017-03-17 12:30

Johannebsurg - Owesifazane oneminyaka engu-36 ubudala uhlengwe esehlaselwa yiqulu labantu ngemuva kokuzama ukuthenga umuzi ngemali engu-R100.

Lo wesifazane waseProtea City, eSoweto, kusolwa ukuthi wanika izelamani uJustice, 26, noThabo Rakgalakane, 24, u-R100 wokuthenga izidakamizwa wabasayinisa incwadi efungelwe, ethi bazomdayisela umuzi.

OLUNYE UDABA: Iqulu labantu libulale obegqoke izingubo ezebiwe

Lezi zelamani bezinakekelwa wumkhulu wasendaweni, itayitela lomuzi elibhaliswe ngaye.

Lo wesifazane ube esebambelela kula maphepha, amahlebezi asabalalisa okomlilo wequbula emphakathini.

Lo wesifazane ube esesindiswa amaphoyisa umphakathi usho ukuqeda ngaye ngeSonto, ube esevuma ukuthi wathathela lezi zelamani omazisi wathi uzobabuyisa uma sezimkhokhele imali yakhe.

Amaphoyisa atshele iDaily Sun ukuthi lo wesifazane unikezwe izinsuku eziyisikhombisa ukuthi abuyisele lezi zelamani omazisi bazo.

 - The Citizen

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.