Usinde ngokulambisa ogwazwe waphuziswa i-acid

2017-10-02 12:31

Johannesburg – Owesilisa waseGauteng usinde kukubi ngemuva kokugwazwa waphinde waphuziswa ne-acid ngaseHartbeespoort Dam, kusho abosizo lokuqala be-ER24 ngeSonto.

“Owesilisa, okukholakala ukuthi uneminyaka eko-30 ubudala, utholakale emgwaqeni owubhuqu ophakathi kwaseGerhardsville naseHartbeespoort Dam ngemuva kokubonwa ngamalungu omphakathi ekuseni [ngeSonto],” kusho okhulumela i-ER24 u-Annine Siddall esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: Uyavela usomabhizinisi osolwa ngokubulala unina

“Owesilisa ubenamanxeba okugwazwa esiswini. Kubukeka sengathi uphinde waphuziswa ngenkani i-acid.”

Uthole ukwelashwa endaweni yesigameko ngaphambi kokuba aphuthunyiswe esibhedlela ukuthola usizo olunzulu.

Iziphathimandla ziyaphenya ngesigameko.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.