Usinde ngokulambisa ongenelwe yiloli esemzini wakhe

2017-01-21 08:46

Durban – Usinde ngokulambisa owesifazane waseThekwini eMayville, ngesikhathi iloli liongena emzini wakhe ngoLwesihlanu ekuseni, kusho abosizo lokuqala KwaZulu-Natal, EMS.

Le loli iphume emgwaqeni yayongena emzini womuntu obusezansi komgwaqo kuWestmeath Road, kusho okhulumela abosizo lokuqala uRobert McKenzie.

OLUNYE UDABA: Iphume nemiphefumulo engu-7 eyetekisi neloli eGoli

Lo wesifazane ubesendlini kanti abagibeli ababili beloli abazange bathole imihuzuko.

Kusetshenziswe izinsimbi ukutakula umshayeli welolui obelimele kakhulu.

Bonke ababandakanyeke kule ngozi baphuthunyiswe esibhedlela.

Amaphoyisa ayaphenya.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.