Usinde ngokulambisa othutha iposi ehlaselwa oshayasibhamu

2017-07-25 18:04

Durban - Usinde kukubi umshayeli weveni elithutha iposi oshayasibhamu bezama ukuduna imoto yakhe.

Lesi sigameko senzeke kuR102 ngaseMount Edgecombe, eThekwini, ngoLwesibili ekuseni.

Okhulumela inkampani yonogada iBlue Security uthe lo mshayeli ubelibangise eStanger eyodiliva amaphasela ngesikhathi isigebengu sima phakathi nomgwaqo sase sivulela ngenhlamvu.

OLUNYE UDABA:Ushonile umshayeli wetekisi edutshulwa ekhanda

Lokhu kwenzeke ekuseni seligamenxe ihora lesishiyagalolunye.

“Inhlamvu ingane ngewindi eliphambili yadlula ekhanda likamshayeli yaphuma ngophahla lweveni. Kube yinhlanhla ukuthi umshayeli asinde kulesi sigameko,” kusho le nkampani ngesitatimende.

Onogada bafike endaweni yesigameko bathole amaphoyisa ophiko lwe-K9 kanye nabezimo eziphuthumayo, kubika iNews Now. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.