Usinde ngokulambisa owesilisa edutshulwa eMariannhill

2017-02-11 17:04

Durban – Owesilisa waKwaZulu-Natal usinde ngokulambisa kulandela ukuhlaselwa abantu abamdubulile ngoLwesihlanu ebusuku, kusho abezimo eziphuthumayo bakwaNetcare911.

Okhulumela abeNetcare911, uChris Botha, uthe ngabo-22:07 abosizo lokuqala babizelwe endaweni yesigameko kuMhlathuzana Road, eMariannhill.

Kuthe uma befika bathola le ndoda isigitsheliswe ngemuva evenini.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe umkhongi nomkhwenyana bekade beyolobola

Babe sebeyayixilonga, bathola ukuthi inxeba lokudutshulwa enalo belilibi kakhulu.

Ube  esethola ukuhlengwa endaweni yesigameko wase ephuthunyiswa esibhedlela esiseChatsworth ukuze ayothola ukwelashwa okuthe xaxa.

Imininingwane mayelana nembangela yalesi sigameko amaphoyisa ayaphenya ngayo, kusho uBotha.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.