Usindile umafundane kuphahlazeka indiza enophephela emhlane

2016-08-11 11:31

Mossel Bay - Obesafunda ukushayela indiza enophephela emhlani usindile ngesikhathi iphahlazeka phansi, kubika iMossel Bay Advertiser.

Kuthiwa lo mfundi oneminyaka engu-23 ubudala odabuka kwelaseKenya u-Anthony Wachira ubefunda ekuseni ngesikhathi ehluleka ukuyilawula le ndiza.

OLUNYE UDABA:Kuphahlazeke indiza kahulumeni kwashona 2

Le ndiza iGuimble Cabri helicopter ingeyesikole esifundisa ngokushayela izindiza iStarlite International Aviation Training Academy, iwele eduze komgwawo omkhulu u-N2 ngesikhathi umshayeli ehluleka ukuyilawula.

Le ngozi isazobikwa kwabe-South African Civil Aviation Authority ukuze kuphenywe kabanzi ngembangela yale ngozi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.