Usindile umfana, 7, ophume esitimeleni esihambayo eThekwini

2016-05-12 07:28

Durban – Umfana oneminyaka eyisikhombisa ubudala ukwazile ukuthola usizo ngemuva kokuwa esitimeleni ebesihamba ngesivinini eShongweni Valley eduzane naseThekwini ngoLwesithathu.

Kukholakala ukuthi lo mfana ubelibangise esikoleni egibele isitimela ebesisuka esiteshini sesitimela saseDevilwood, iminyango yalesi sitimela ibingavaleki ivinjwa ngabagibeli.

OLUNYE UDABA: Iyelulama ingane ewe esitimeleni KwaMashu

Okhulumela iNetcare 911 uChris Botha esitatimendeni uthe lo mfana uthe  kuzwakale ukuthi lo mfana ubeme ngaphambi komnyango ngesikhathi singea emgedeni omnyama okwenze ukuthi lo mfana aphume washayeka ekhanda odongeni.

"Yize ilimele injalo ekhanda lo mfana obenesibindi ukwazile ukubamba uthayi wesikole wawufaka ekhanda kusho uBotha.

Lo mfana obelimele kanzima ube esegaqa ngamadolo waphuma kulo mgede wayolala eceleni kukajantshi la atholwe khona ngabathandi bezithuthuthu okuyibo ababize abosizo lokuqala.

Abosizo lokuqala baphuthume endaweni yesigameko baxilonga lo mfana ngaphambi kokumphuthumisa ngendiza enophephela emhlane esibhedlela esiseThekwini.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.