USisulu uthi ufuna uRamaphosa aguqe ngedolo, amcele abeyiphini lakhe

2017-12-14 18:00

Johannesburg – Ilungu lekomidi eliphezulu kwi-ANC, uLindiwe Sisulu, alikaliphonsi ithawula ngokuba yiphini likamengameli uma uCyril Ramaphosa edla umhlanganiso embangweni wokuhola le nhlangano ebusayo.

Lokhu ukusho nakuba uRamaphosa wamemezela ukuthi ufuna uNaledi Pandor abeyiphini lakhe.

Kodwa Sisulu ngeke amenzele zibelula izinto uRamaphosa. Ufuna amcele esidlangalaleni ukuthi ufuna abeyiphini lakhe.

"Ngike ngakhuluma noCyril, ngilinde yena…ukuba aguqe ngedolo acele ukuthi, ‘ungaba yiphini lami?’,” kusho uSisulu ehleka ngesikhathi ekhuluma neNews24 ngaphambi kwengqungquthela ye-ANC yokukhetha ubuholi.

OLUNYE UDABA: Konke sekusezandleni zezithunywa kanye noMdali - Dlamini-Zuma

NgoLwesithathu ebusuku, kuqubuke amahlebezi okuthi uSisulu usejoyine ikhempu kaRamaphosa. Ilungu le-NEC uDerek Hanekom ubhale kuTwitter ukuthi: "Kuyangijabulisa kakhulu ukuthi u-@LindiweSisuluSA usejoyine u-@DPRamaphosa futhi usesamukelile isiphakamiso sokuba yiPhini likaMengameli. Njengoba ngike ngasho, bazosebenzisana kahle kakhulu.”

USisulu usekwamukele ukuthi wehluliwe embangweni wesikhundla sokuhola i-ANC, njengoba kungekho nesisodwa isifundazwe esiphakamise igama lakhe.

Futhi naye akalindeleke ukuba aphakanyiswe engqungqutheleni.

Kodwa unethemba lokuthi uzosithola isikhundla sokuba yiphini likamengameli, ngemuva kokuba izifundazwe ezine kwezinhlanu eziphakamise uRamaphosa, ziphakamise ukuba abeyiphini lakhe.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.