Usivulele isifuba ngodumo umawengane ka-AKA

2016-08-04 19:00

Johannesburg - UDJ ophinde abengusomabhizinisi uDJ Zinhle Jiyane uthi nakuba elijabulela udumo nokuphumelela emculweni nasemabhizinisini kunezinto angazithandi.

"Kunezinto engingazithandi ngempilo yosaziwayo," usho njalo echaza encwadini kaphrojusa uNicky Greenwall esihloko sithi- I am Famous in Saouth Africa.

OLUNYE UDABA: UDJ Zinhle uhlulekile ukuzibamba wadedela ngawakhe amagabade ku-AKA

"Ngabona ukuthi asikho isidongo sokuba kulezo zindawo. Ngingumntu ozwelayo, yonke into iyangikhalisa," kuqhuba uZinhle.

"Udumo alusikho lokhu okulindeleke ukuba yikho. Ngokwami alusiyo lento abantu abacabanga ukuthi kuyiyo. Umsebenzi nje," echaza kule ncwadi.

UDJ Zinhle unesikole so-DJ, okuyisikole sokuqala eNingizimu Afrika sabantu besifazane i-Fuse Academy.

Thola udaba oluphelele ku-Drum...

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.