Usizi kuminza umfana ethi uzama ukusiza umngani obeminza

2017-11-19 15:00

Durban - Abatshuzi bebematasa eThekwini ngoMgqibelo behlenga abafana ababili abaminze ezigamekweni ezahlukene eThekwini naseHermanus.

AbeNational Sea Rescue Institute ngeSonto bakhiphe umbiko ngalezi zigameko ezenzeke ngoMgqibelo.

"Umfana, 10, uthathwe yigagasi edlala nezinye zingane eceleni kolwange,"kusho uCraig Lambinon okhulumela abe-NSRI.

Amaphoyisa kanye nabatshuzi babizelwe kule ndawo ngemuva kwalesi sigameko. Bathungathe umzimba walo mfana baze basithola ngokuhamba kwesikhathi ngoMgqibelo ntambama.

OLUNYE UDABA:Kuminze umfundi kamatikuletsheni ebhukuda nabangani

Kwesinye isigameko, umfana, 13, obehambe nesikole ubedlala nabangani bakhe begxumela emanzini ngesikhathi eminza. Kuthiwa ugximele emanzini esuka ebhulohlweniubehambe ngesikole ngesikhathi emuka namanzi ported on Sunday.

Abazibonele ngawabo bathi lo mfana ugxumele emanzini ethi uyosiza omunye obeminza, kodwa kwafika kwabambeka yena waminza kanjalo.

Lesi sigameko senzeke eKleinmond sekuhwalala ngoMgqibelo.

Yize betholakele bobabili, kodwa ngeshwa bashonile.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.