Usizi kushona ugogo nomzukulu kusha endlini

2018-01-02 19:16

Durban - Kuvuke umunyu endaweni yaKwaMashu esigcemeni sakwa-D kulandela isigameko sokushona kwagogo nomzukulu kusha endlini bevaleleke ngaphakathi.

Isigameko senzeke ngoMsombuluko ngemuva kwezithuba zabo-01:00 ekuseni ngesikhathi kubhiyozelwa ukuhlukaniswa konyaka.

Kuzwakale ukuthi ugogo oneminyaka engu-55 ubudala nomzukulu wakhe ononyaka ezelwe bebesendlini bobabili ngesikhathi kuwa ikhandlela lashisa umantilasi nenye impahla ekamelweni.

OLUNYE UDABA:Ushe kanzima obezama ukubulala izimbungulu

Ngokusho komakhelwane lo gogo ubekhiyelwe yindodakazi yakhe okungumama wengane nayo eshone kulesi sigameko, ngesikhathi yona isayoqhubeka nokujabulela ukunge onyakeni omusha u-2018.

Okhulumela amaphoyisa uColonel Thembeka Mbhele uqinisekise isigameko wathi idokodo liphenywa ngamaphoyisa aKwaMashu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.