Usizi umfana, 2, ethola ubaba wakhe ezilengisile

2017-09-14 12:29

eVerulam - Umfana oneminyaka emibi ubudala usephenduke intandane ngemuva kokuthola ubaba kwakhe ezilengisile ekhaya eLotusville, eVerulam.

Kubizwe abe-Reaction Unit South Africa ngemuva kokuthi lo mfana atshele umkhulu wakhe ukuthi ubezama ukuvusa ubaba wakhe kodwa engavuki.

Lo mkhulu uphuthume egumbini lendodana yakhe wayithola izilengise kwi-burglar guard ngentambo.

Abezimo eziphuthumayo bahlole sidumbu sakhe ngemuva kokuqinisekiswa ukuthi useshonile.

OLUNYE UDABA:Kuthiwa ubeyisigebengu umfana onqunywe ikhanda eMlazi - Umbiko

Lo mlisa oneminyaka engu-27 ubudala kuthiwa uzilengise ngemuva kwenyanga umkakhe azibulala.

Umkakhe kuthiwa wazibulala ngemuva kokuba nengxabano nomamezala wakhe kubangwa indaba yamakhabethe, kubika i-KZN Watch.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.