Usola izinkinga zomndeni oxoshwe emsebenzini

2016-10-23 16:00

Johannesburg - Kuxoshwe umphathi womdlalo wakumabonakude iMuvhango kulo mdlalo kanti kusolwa izinkinga zomndeni.

UChristopher obengumhleli wenkampani uqinisekise ukuxoshwa emsebenzini.

"Yebo ngikhonjwe indlela ngaphandle kwesizathu. Ngesikhathi ngibuza ngeholo lami ngenyanga edlule ngatshelwa ukuthi inkampani ayisangidingi," usho njalo.

OLUNYE UDABA: Kukhonjwe indlela amalungu eDA amabili

UChristopher uthi ube esecela ukuba  ukuxoshwa kwakhe kubhalwe phansi ngaphambi kokuba ahambe. Yize kunjalo, ngesikhathi efika emsebenzini ngakusasa ikhadi lakhe lokungena emsebenzini beselingasasebenzi.

Uthe kungenzeka ukuthi uxoshwe ngenxa yokungaboni ngasolinye noDuma.

"Sengisebenze iminyaka engu-13 kule nkampani, umsebenzi wami ngiwenza ngendlela futhi angikaze ngiyoqondiswa nezigwegwe enkampanini.

"Angazi ngixoshelweni kodwa njengezilamani sike sibe nezinkinga, sixabane kodwa bezingenkulu kangakho ukuthi sengaze ziholele ukuthi ngikhonjwe indlela."

UChristopher uthe ubengakakhulumi noDuma mayelana nokuxoshwa kwakhe.

Okhulumela iMuvhango u-Amanda Ngudle uqinisekise ukuxoshwa kukaChristopher.

 - SundayWorld

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.