Usolwa ngokuxegelwa isimilo umfelokazi othandana nendoda yomuntu

2016-07-06 20:30

Harare – UGertrude Ndora ushiselwe umuzi wakhe ngemuva kokuthi owesimame athole ukuthi lo mfelokazi ujola nomkakhe.

Iqale etekisini ingxabano phakathi kukaGertrude noWinnet Matonhodze, 50 omsola ngokuthandana nomyeni wakhe.

UWinnet ushiye engalazi ephoxa uGertrude ethi ungumfelokazi oxegelwa isimilo ngokuthandana nomyeni wakhe.

OLUNYE UDABA:Ukuphinga kukankosikazi kubulalise umyeni

“Mina ngingumfelokazi futhi ngizizwe ngiphoxekile ngehliswa nesithunzi usomabhizinisi ohloniphekile njengoWinnet engisola ngokuthandana nomyeni wakhe,”kusho uGertrude.

Lo mfelokazi ukhale ngokuthi uWinnet umhlambalaze phambi kwabantu yingakho esola yena ngokushisa umuzi wakhe, kubika iMyZimbabwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.