Usomahlaya oyintandokazi usebophe elikasofa silahlane

2016-08-16 10:01

Carlifonia - Usomahlaya othandwa umhlaba wonke uKevin Hart usebophe elikasofa silahlane nengoduso yakhe u-Eniko Parrish, kubika iDrum.

Lezi zithandani  zishade ngoMgqibelo emcimbini obuhanjelwe umndeni kanye nabangani eMontecito, California.

OLUNYE UDABA:Usomahlaya uthi kungukufezeka kwephupho ukujoyina uZalo

UHart wathembisa u-Eniko umshado eminyakeni emibili eyedlule ngosuku lwale ntokazi lokuzalwa ihlanganisa iminyaka engu-30 ubudala.

Yize babeneminyaka emihlanu bendawonye phambi kokuba lo somahlaya asembise intombi umshado, utshele abamaphepha ukuthi ubesezibona njengomuntu oshadile.

“Ngizizwa njengomuntu osekade washada, lokhu sekungumcimbi engimenzela wona njengengoduso yami,”kusho yena.

#Harts what's understood doesn't need to be said!!!! #LiveLoveLove

A photo posted by Kevin Hart (@kevinhart4real) on

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.