Usomahlaya uhlekisa ngokushona kukaGugu Zulu

2016-07-20 17:31

Durban - Usomahlaya uDaniel Friedman akapholisanga maseko ngokwenza ihlaya ngokushona kukaGugu Zulu, kubika iDaily Sun.

Lo somahlaya ubhale enkundleni yokuxhumana u-Twitter ukuthi uyathemba ukushona kukaGugu Zulu kuzofundisa abantu ukuba bayeke ukuzivocavoca bahlale emakhaya.

OLUNYE UDABA:Intombi yale usomahlaya yamphuca nemoto - Umbiko

Uqhubeke wathi, “Uma umuntu eshona ngokweqisa izidakamizwa, kuye kusolwe izidakamizwa, kodwa uma umuntu ebulawa ukuzilolonga akekho osola kona ukuzilolonga.”

Lo somahlaya ubuye wayisusa lemibhalo yakhe ngemuva kokuthi abantu bamhlasele ngokungabi nozwelo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.