Usomlomo we-ANCYL ubhekene namacala okushaya

2016-07-13 14:31

Limpopo –Kuthiwa uMatome Moremi washaya usihlalo wale nhlangano osamisiwe uPeter Ngobeni bexabanela izikibha, kubika iSunday World.

UMoremi ubesola ukuthi uNgobeni uthunywe iPhini likanobhala we-ANC eLimpopo uMakoma Makhurupetje ukulanda izikibha bona bengakazitholi.

UNgobeni uvule icala lokushaya ngoba uMoremi wamthela ngenkomishi yekhofi ngaphambi kokuthi amshaye ngenqindi.

Lokhu kwenzeke ngoLwesibili emahhovisi e-ANC iFrans Mohlala ePolokwane lapho uNgobeni ebehlanganyele nonobhala wesifundazwe uNjabulo Nzuza.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.