Usosizini oshiywe indoda yayohlala nomakhwapheni

2016-08-08 11:34

Daveyton - ULala Xaba, 44, namanje akakholwa ukuthi umyeni wakhe umshiyile wayohlala nomakhwapheni eSoweto, kubika iDailysun.

UXaba ohlala eDaveyton uthi wayelokhu ethola imilayezo evela kumakhwapheni wendoda emthuka, kodwa esikhundleni sokuba indoda ilungise lolu daba, yavele yamlaxaza.

OLUNYE UDABA:Uzibulele ogilwe umakhwapheni wakhe

“ULucky ngagcina ukumbona ngoJuni ngiya emsebenzini. Ngamshiya elele embhedeni. Ngokuhamba kosuku ngathola umlayezo ovela kuye ethi useqoqe konke okungokwakhe uyohlala nentombi,” kusho uXaba.

UXaba uthi wayecabanga ukuthi uyadlala ngesikhathi ethumela lo mlayezo kodwa waphoxeka efuka endlini kushaya umoya.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.