USteve Komphela uncoma indlela adlala ngayo 'uMido'

2017-11-02 16:01

Johannesburg - Umqeqeshi weKaizer Chiefs uSteve Komphela uchazekile ngendlela asefomini ngayo umdlali wasesiswini uGeorge Maluleka.

UMaluleka useshaye amagoli amabili, wasiza kwamanye amabili kule sizini, elakamuva nje igoli ulishaye bedlala noSuthu emqhudelwaneni weTelkom Knockout ngempelasonto edlule.

UKomphela unethemba lokuthi ‘uMido’ ngeke athole kulimala uma sebedlala neChippa United kuma-quarter final eTelkom Knockout ukuze ezothola ukuphumula ngekhefu le-FIFA.

OLUNYE UDABA: Umqeqeshi wePirates uthi akamsoli unozinti ngokwenzekile

"Udlala kahle kakhulu,” kusho uKomphela ngemuva kokuba ezakhe zidlale ngokulingana emdlalweni weligi nePolokwane City ePeter Mokaba Stadium ngoLwesibili ebusuku.

"UGeorge usebenza ngokuzikhandla. Ungumdlali wasesiswini ophelele. Uma sekuyisikhathi sokuvala emuva usuke ekhona naye kanti futhi uma ethola ithuba uyaya phambili."

Khonamanjalo, uKomphela ufuna abafana bakhe bakhombise ukuba bukhali phambi kwamapali kulandela ukwehluleka ukushaya igoli bedlala neRise and Shine.

IChiefs izobhekana neChippa ngo-15:30 eNelson Mandela Bay Stadium, ePort Elizabeth, ngeSonto.

- KickOff.com

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.