USteve Komphela useyivumile induku

2016-05-19 18:31

Johannesburg - USteve Komphela usegcine evumile ukuthi isizini yakhe yokuqala kuKaizer Chiefs ayizange ibe yinhle njengoba iphele eshwiba izandla.

IChiefs izovala le sizini ingaphethe lutho njengoba idedele iligi yathathwa yiMamelodi Sundowns, yaguqiswa yi-Ajax Cape Town kowe-MTN8, kubika iKickOff.com.

Leli qembu liphume ngomzuliswano wokuqala kuNedbank Cup likhishwa yizimbangi ezinkulu i-Orlando Pirates ngemuva kokuhlulwa kuTelkom KnockOut yiSundowns.

“Silahlekelwe okuningi kakhulu, iqiniso nje ukuthi iqembu elifana neChiefs impumelelo liyikala ngezinkomishi,” esho.

OLUNYE UDABA: Sengiphelelwe amagama - Komphela

“Abantu bayakhohlwa ukuthi sifinyelele emidlalweni yamanqamu emibili, kanti manje silwela ukuqeda iligi sihleli endaweni yesithathu, kepha sihlulekile ngokwabo."

Nokho-ke uKomphela uthi kuyaxaka ukuthi kube khona abantu abathi unyaka wakhe wokuqala kuChiefs ube mubi.

“Kuyaxaka ukuthi umuntu ethi ekunombolo 8 abe ehleka wena okubnombolo 3, kodwa-ke uma uyiChiefs kulindeleke ukuthi uhlezi usesicongweni,” esho.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.