'USteve Komphela wenza umsebenzi omuhle kwiChiefs'

2018-03-29 16:00

Johannesburg - Ibamba likamqeqeshi weBaroka FC uMacDonald Makhubedu uthi umqeqeshi weKaizer Chiefs uSteve Komphela uyidlalile indima yakhe, ngakho akumele kusolwe yena ngokwehluleka kwezakhe ukushaya amagoli.

UMakhubedu, ongakehlulwa namanje selokhu ebanjiswe kwesokuba umqeqeshi, ukholelwa ukuthi uKomphela wenza umsenbenzi ongcono kakhulu kunangesizini edlule.

OLUNYE UDABA: I-United ifuna ukuqeda kwi-top 8

IChiefs unodonga oluqinile emuva uma kuqhathaniswa namanje amaqembu ku-PSL, kodwa iyehluleka ukushaya amagoli anele.

Uthi iChiefs kayikorelwa kakhulu kodwa nabo ngokunjalo kabakorelwa kakhulu. Nakuba kunjalo , akukho ukuthi bazodlala umdlalo obhorayo.

“Banabagadli abasezingeni abafana [noBernard] Parker kanye [noLeonardo] Castro. Kuzoba umdlali onzima.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.