USteven Pienaar ubonge abalandeli ememezela ukuthi usethi khumu ebholeni

2018-03-01 11:00

Cape Town - Lowo owake wagijima kwiBafana Bafana uSteven Pienaar usememezele ngokusemthethweni ukuthi usewabeka ethala amakhokho kulandela iminyaka engu-18 edlala ibhola elikhokhelayo.

UPienaar, oshiye iBidvest Wits ngemuva kwezinyanga eziyisithupha eyijoyinile ngoJulayi wonyaka owedlule, ubengumdlali ongacopnsi phansi emazweni omhlaba kulandela ukumela amakilabhu amaningi amakhulu ase-Europe.

"Namhlanje ngimemezela ukuthatha umhlalaphansi ebholeni likanobhutshuzwayo," kusho uPienaar kwi-video ayifake enkundleni yezokuxhumana uTwitter.

"Ngithanda ukubonga umama wami, umndeni kanye nawo wonke amakilabhu esengake ngawadlalela kanjalo nabalandeli, nginganikhohlwa kanjani kodwa.

"Ngiyabonga ngothando eningitshengise lona. Niqhubeke nokungilandela ezinkundleni zokuxhumana ngoba kukhona isimemezelo esikhulu esizayo, kanti nizoba ngabokuqala ukusizwa.

"Ngiyabonga ngothando eningitshengise lona."

Lo mdlali, 35, waqala ukudlala ibhola elikhokhelayo kwi-Ajax Cape Town eneminyaka engu-18 ubudala ngaphambi kokuyodlalela i-Ajax Amsterdam lapho afike ahlabana khona ne-Eredivisie kabili ngo-2002 nango-2004.

Waba ngukaputeni weBafana waphinde wadlalela iqembu lesizwe izikhawu ezingu-61.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.